Abolova School of life. Let stop GBV

Abolova School of life. Let stop GBV Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Abolova School of life. Let stop GBV, Chatsworth.

Lana sizama ukwakha isizwe sethu esinokuthula kubantu bonke sikakhulu silwa nobubha bokuhlukumezwa kwabesimame nezingane nabobonke abazithola sebehlukumezekile ngokungaculiseki kwabazwana nabo

05/03/2022

webolova manini akenikhulume ngoba indoda engakhulumi zofa ekuseni

24/11/2021

If ufisa ukusabela eyakho indaba inbox soku postela

23/11/2021

Kubuhlungu nokuthanda umuntu ohlalexolisa ngokuthi ungibeke isandla ngenxa wokungakwazi ukukhuluma

Ukukhuluma ngeke kwayixazu lula inkinga kodwa inkinga singayixazu lula ngokukhuluma let stop GBV singamajinta

11/11/2021

Mangithi let stop GBV ngisuke nginga khombi abesimame kuphela suke ngisho nakulaba esiba thukanjalo sibabiza ngezintabane singazi banjenjenje kwenzenjani ngoba omunye uthi yena wenziwa ngumalumewakhe owamufica enentombi egumbini lika malume wakhe kanti umalume wakhe uzongena bese nxosha intombazane ayehleli nayo wamphoqelela kuthi alalenaye kusukela ngalobo busuku akaphindanga wazibona njengomuntu wesilisa. Masibavikele

05/11/2021

Bolova ngicela ukunibingelela ekuseni ngalamazwi

Kunomama uvukenamuhla kubele ayosebenza wabaphumelela ngenka yokushawa ebusuku ngoba ethathe iovatime wabuya lyt mayethi uyaxolisa wangezwakala washawa eshawa umuntu othi uyamuthanda othi uzomuvikela othi umkhathalele ngabe kusayikhona ngoba ekushayeni lowamama nezingane azilalanga zisaba ukuthi ubaba uzobulala umama mucabanda njengoba ziya esikoleni lezingane umqondo uzokhona ukusebenza bolova bolova ibhekeni lento ngeso lami awucini ngokulimaza lona othi ngokwakho umbuyisa endleleni noma ufuna inhlonipho kuyena ngenkani ulimaze bonke baseduzenaye abamuthandayo zingane kanyenabanye let stop GBV singaboloza sikhona mukuthi usuna umuntu ongakhulumanaye ABOLOVA School of life bakhona

Let stop GBV singamajinta usthwala bukaze bayisisombululo bolova nikhumbule ingane ngakhali fela embelekweni mabethi ndo...
04/11/2021

Let stop GBV singamajinta usthwala bukaze bayisisombululo bolova nikhumbule ingane ngakhali fela embelekweni mabethi ndoda yikhali bakubulala uphila

04/11/2021

Let stop GBV singamajinta ngokubambisana kodwa ngaphandle kwenu madoda okanye ngithi bolova asiyilutho

Address

Chatsworth

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Abolova School of life. Let stop GBV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share