🧠• The formula •🧠
In life, we must fight to be better than yesterday. If your life changes from good to bad, that's negative. You need to change the formula and forget about what others will think of you.
Don't allow any negative outcome on your struggles. Check your formula sheet and choose the perfect formula.
The formula I am talking about is FRIENDS, RELATIONSHIPS, HABITS and BELIEFS.
❤️2024❤️
Senzo Madondo - Calabash Of Power
We learn everyday, because life does not stop teaching..
▪︎Ukwedelela komfana wakini/isihlobo, (kukhuzeni lokho)▪︎
- Uma nimuncoma uzokhathala ukukwenza kubantu bangaphandle abuye azokwedelela nina uqobo, lapho kobe seku-late ukuthi nisangamkhona-
- Insizwa yinsizwa ngokuhlonipha ezinye izinsizwa 🫶👍👍
🧠Okubuhlungu nje engikubukayo🧠
- Elokufa alitsheli, nginga-Poster manje (in 2hrs) nizwe kuthiwa akasekho emhlabeni.
Ubocabanga nje sekwenzeka bewuPoster umsangano, ikakhulukazi kulaba abanezingane ezisencane. Iyothi seyikhulile ingane seyi-searcher koFacebook ngohlobo lobaba eyayinaye bese ithola lamasimba eniwaPostayo🥺💔..
Amazwi abhalwe phansi anzima ukudlula amazwi aphimiswe ngomlomo, elami lilonke nje lithi asiqapheleni wezinsizwa.
Kanjalo nani zintombi.
Masingacabangela izingane ngoba zizokhula impela zona. Ngathi ngiyabona umutwana esefunda iPost eyabhalwa umama wakhe 20yrs back ethi "NGIZIBHEBHE YINI WEBAFANA?"
Iyothini kwezinye izingane maziybuza ukuthi umawakho lona owayePosta lento?
Kona sisuke sithi siyadlala kodwa anobheka okuncono uDelete ukuhamba kwesikhathi
- (ngixolise ngamagama aqinile inkinga bekumele ngibodle ngokubuhlungu engikubukayo🥺💔)
"🧠🧠"
Yebo singawanabukelisa amagama esiwaphimisa ngomlomo ngaphansi kwesiko lakwaZulu "inhlonipho", Kodwa ukwemboza iqiniso ngamanga lokho akusiyo inhlonipho.
Bengifisa kulonyaka, ukuba ngihambe kulendlela yeqiniso elihamba nesiko. Akusikho ukungahloniphi ukutshela umuntu omdala/omncane iqiniso kodwa qaphela amazwi owaphimisa ngomlomo.
Seek for information○
- H. Thomas Chauke -
"Well poverty is not lack of money, a sport car or a mansion. Living in a shack or in rural areas with no running water and electricity is not poverty either. Poverty is a state of mind, a lack of belief or awareness that reinforces and encourages the continuous existence of these undesirable conditions. Once you don't believe or once you are unware that lack of money, clothes and living in a shack are conditions, TEMPORARY conditions that can be changed, you unconsciously repel wealth no matter what right actions you take. And this state of mind that repels wealth is what we call POVERTY"
📖-TRADING A SHACK FOR A MANSION-📖
You can find an activity, where you have to find unknown values named (a), (b) and (c) for example.
- You know sometimes to find (a) you must first be able to determine the value of (c).
- Most people spend they time and energy struggling to determine the value of (a) .. because they think you can't proceed to (b) without (a)🥺 they end up concluding with wrong answers ... AND THATS LIFE.
- Don't spend you energy fighting for your first dream, relax grab the opportunities that will guide you to your destination. Don't compare yourself with others remember everyone has his/her own race.
- Senzo Madondo -
☆It's not about who's the strongest but it's about not giving up☆..
Keep on digging, do not compare.
☆NGANGIMSULWA NINA BAKITHI☆
Ngangisothandweni nina bakithi
Mina bakithi bengimsulwa
Ngokunizekela ningazelele
Nize ningixolele, ningabakithi😊
Ningiph' indlebe nginesikhathi
Ngangithi wuTHANDO olunzulu
Ngangithi hleze yisikhwele😔
Lendaba basayixoxa ngekhwela
Ngeswele ithuba lokuyiphendula
Ngibatshele ngangimsulwa🥺
Ngiyababuk' abakwamhlaba😔
Nanamuhla basayishundul' indaba
Balandel' umbhalo wephephandaba
Bababaz' isihluku kumina🥺
Mina bengibiza ngesilwane
Babebabili endlini yami💔
Loyambhede kwakungowami
Khona wawuphukile umoya wami
Kodwa kangison' isilwane🥺
Kangibenzanga ubulwane🙅
Esam' isibhamu sasikuyena 🥺
Nguyena owabulal' owakwami
Iphutha kwaba ngukuvela kwami
Wangephuca ukuphila kwami
Kwaba ngukuphela kwami🕊
Nkondlo yami gijima njalo📩
Uzubatshele uvolwami
Bekuzwe ukukhala kwami😔
Ngangisothandweni nina bakithi
Mina bakithi ngangimsulwa.
By_Senzo Madondo...
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Telephone
Website
Address
Sigh Street
Benoni