01/02/2026
Isaziso kubazali kanye nabafundi base Hlelimfundo Secondary School:
Niyaziswa ukuba ngoMsombuluko mhlaka 02 February 2026 kuzobe kuvakashe abakwa Home Affairs eskoleni eHlelimfundo Secondary bezolekelela ngokuthathisa abafundi ama ID. Umfundi odinga ukuthatha i-ID kuzofanela eze nomzali wakhe ukuze akwazi ukusizakala.
Loluhlelo akulona elokusiza umphakathi wonke, kodwa lenzelwe ukusiza abafundi kuphela.
Isikhathi: Kusukela ngo 08:00 ekuseni.
Siyabonga.