You can’t teach them if you don’t love them🙌🏾❤️Bekushubile today😂😂😂🔥🔥❤️
Cola Primary School
Cola Primary School is an old community school That was Established in 1978 with 8 grades (R-7)
13/03/2026
Namhlanje besinohambo oluya eSunset Ridge Farm e Camperdown ebuluhlelwe inkampani iDibo Events and Marketing 🙏🏾🙌🏾🔥Abantwana bebeyofunda ngezilwane ezahlukahlukene baphinde badlala nemidlalo ehlukahlukene💯
Sithanda ukudlulisa okukhulu ukubonga kubazali ngokubambisana🙏🏾
❤️
22/01/2026
Siyisikole I Cola Primary School sithanda ukuthatha lelithuba Sibonge kuBaba uMgobhozi ngokunikela ngezicathulo eziwu 20 ezinganeni zethu,UNkulunkulu akwandisele Mahlobo🙏🏾❤️Kuyathokozisa ukubona umphakathi usondela kuthina ngoba siyawudinga kakhulu🙏🏾
❤️
11/12/2025
Stationary list for next year 🙏🏾❤️
Cha kumnandi kodwa eCola Primary School🔥🙌🏾Siphusha uMsebenzi kuphela Team Work makes dream work💪❤️
Best School Ever❤️
14/11/2025
Babahle abantu🔥💜
School Ever❤️💯
14/11/2025
Namhlanje bekuwu suku olukhulu lo dadoo(Grade R Graduation 2025)🔥💯🙌🏾💜
Primary, Best School Ever ❤️💯
07/11/2025
Abajabule abantwana❤️🙏🏾
07/11/2025
Namhlanje besinohambo lwesikole obelubheke e Giba Gorge💯Olube yimpumelelo kakhulu, badlala nabantwana bajabula kakhulu🙌🏾
Sibonge kakhulu nakwinkampani iDibo Events and Marketing ngokusihlelela loluhambo Olube mnandi kangaka🙏🏾💯
Cola Primary,Best School Ever ❤️💯e
06/11/2025
Izolo besivakashelwe abakwa Isphepho Group ngenhloso yokuzosikomelisa ngokuphuma u number 1 🥇saphinde saphuma no number2🥈 sase sathola nemikomelo yakhona💸😁🔥🙌🏾
Best School Ever❤️
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Telephone
Website
Address
Umlazi
4031
Opening Hours
| Monday | 07:00 - 15:00 |
| Tuesday | 07:00 - 15:00 |
| Wednesday | 07:00 - 15:00 |
| Thursday | 07:00 - 15:00 |
| Friday | 07:00 - 15:00 |