02/01/2025
Mzeke Zeke .com
Mzeke zeke RSA
02/01/2025
SBWL ukxabana nomuntu wami🥺athi "you know what Bbe..I'm done" asho avale iphone yakhe. Ngsuke mina ngiye kubo ngfike ngxabane noMawakhe engafuni ngingene☹️. Alunguze uBabe athi "Go away Bbe😔" ngithi mina "I'm not leaving without you" athi yena "iyanetha imvula🌧️uzogula damn it😩" ngivele ngihlale phansi ngithi "it's either kufa mina or you come back to me". Nginethwe for 5 hours...Alunguze ngeside lewindi uBabe kudlale lengoma ethi "even when the sky comes falling🎶"...Sikhale sobabili😭ngigodole ngiwe phansi🥶. Agijime umuntu wami aze afike kimi athi "Noo don't leave me Babe😭" angshaye esfubeni ngenqindi👊yothando😍..Ngikhwehlele ngivuke athi "Babe I'm not going anywhere🥺" ngivuke scabuzane kuvele kunethe kakhulu imvula 🌧️nabantu basishuthe benze namavideo sitrende ithi iCountry izosi organize'la umshado eParis😘bese uPresident asiphe umuzi eMhlanga siyohlala khona..
I Cheri engena G-string ngu Mzekezeke.😭
I'm promoting every Reactor 🧙♂️🥺🧸🥺🧸🕯️😭❤