Umshana ne Ndodakazi

Umshana ne Ndodakazi

Share

Poets :we heal,we rebuild ,we save lives most of all we give hope

24/11/2020

Sanibonani bozwakwethu

Ngyaninxusa ,🙏🙏😣😣😣akesiyekeni ukugxekana kepha silwe Kanye Kanye💔💔
Ngokubambisana ngeke sahlulwa yilutho🤝🤝🤞🤞

Uma ubona engathi indlela isikhomba ukukhanya ,ungababukeli abanye Abantu phansi😣💔ngoba awazi ukuth hloboluni lwesibani esikhanyayo endleleni yakho
Mhlawmpe ngumlilo ozakweni bengakubhulisa Uma ubambisene nabo

Ubona uxhaso lungekho yingoba akekho ongaxhasa Abantu abangabambisene

Let unite
💔🙏🙏🙏🙏
Asi supporthane ngayo yonke indlela

Esikhawini isekasi lami
"Ongoti"ikhaya lami

Ngingu ma'nhlakarh da poet

24/10/2020

Ukphila kwengaphakath nath asikwaz kufihlwe yingaphakath nath simane siyaqagela ngezenzo

21/10/2020

Ngesonto i setion ikhona abosonkondlo abeze bezocikoza

24/09/2020

Ongoti bokuloba art setion
NgeSabatha bazobe betholakala emadlankala lapho bazobe begubha usuku lwamasiko✊✊👌❤💪 uma uphuthelwe boza uzoztholela ividoe

24/09/2020

Mndeni walaykhaya
Ngisevenzisa lamagama ngoba uma nina ningekho nathi kasikho
Sikhona ngokubakhona kwenu❤🙏🙏🙇ngenkulu intobeko sithi asinihalalisele ngalolusuku lokugubha amasiko

Sithi nibe nosuku olumnandi
Syabonga kakhulu😊🙏❤niqhubeke nokusithanda njalo

Umshana ne Ndodakazi Send a message to learn more

07/06/2020

Ongoti bokuloba art setion
O. B. A. S
OBAS

Iyona sesion engingaphansi kwayo

Want your school to be the top-listed School/college in Richards Bay?

Click here to claim your Sponsored Listing.

Location

Address

Richards Bay