22/07/2023
Student Movement AFR
AFR Student Liberation Movement was meant to liberate students from injustices occured in the higher
22/07/2023
30/01/2022
Att South Africa
Ngiyacela kenibanikeze isikhathi abantu enibavotele kunye namaphutha eniwenzile ekuvoteleni abantu abahlulekayo masebesezihlalweni bese nibika kubantu ebebekade benikhuza ngokuvota budedengu. Lento yokuvota iyisigwebo sika 5yrs amanzi ungenawo, imigwaqo ifile, izindlu ningenazo, amakhansela ebalekela umphakathi. So wonke umuntu ovotile bekumele acabange abuke ipast yendawo ahlala kuyo abuke ileadership ayikhethayo azisole naye ngevoti hay ukuthi usezoyeka ukuvota ngoba ayikho into ayivotele. kodwa thina baholi bomphakathi sicela emaphutheni enziwe ama officials angaphambili sifunde kuwo and akukwazi ukuthi abantu bakhale ngekhansela besanda kulifaka kanti yini abayibonayo ngenkathi bevota. Plz fundisekani bantu bakithi ngokuvota singenzi amaphutha afanayo
Mina ngakithi eNdwedwe silwekakhulu silwela amanzi nenhlalakahle yomphakathi waseNdwedwe kodwa njengoba sebevotile sekukhuluma izwi labo njengabavoti nathi sizohlala kesibanike ithuba abasezihlalweni sibuke lezizinto ebesikhala ngazo ukuthi zizokwenzeka yini kulobuholi obukhethiwe nomake ushintsho singakaluboni kodwa asethembe sibanike ithuba.
Okunye kuzomele amaqembu ethu ngibala nelami iAFR siyeke ukuvota neDA emkhandlwini nalama coalition eniwenza ngeqholo lezikhundla enizidingayo nikhohlwe umlando walelizwe. Kumanje inina enitshela abantu enabavotela ukuthi kungcono ukuphathwa iDA then ukuhola komuntu omnyama siyabheda kodwa singazidubuli onyaweni ngoba inhlamvu ayinazi ngisho umnikaziyo phumani kulobubudlelwano enibenza without consulting amavoters futhi nani bantu bakithi yekani lento yokudinwa ngevoti nilifake lapha kuyingozikhona any chance eyotholwa iDA yolisebenzisa ilethe imithetho eqinile eyosibopha izandla nezinyawo yekani umkhuba omubi mawungenwe umoya wokulahla ivoti faka ezinhlanganweni ezimnyama
2024 sidinga uHulumeni onobuNkulunkulu ozokhipha kuyoyonke lenyakanyaka esiphezu kwayo kulungiswe kabusha imithetho nemigaqonqubo yalelizwe kubuyiswe nomhlaba wethu kuchithwe nalama Covid and vaccine kubuse uNkulunkulu eSouth Africa si introduce Theocratic Government.
Archbishop Prof TB Ngcobo
0719784717
08/10/2021
To be ready
1. Download zoom App now.
2. Have Data
3. Join the meeting
4. Use meeting number and Code
https://us04web.zoom.us/j/74256228451?pwd=MXQzTnNaWTdzQnk0MVlmUVZWMC82Zz09
Quiry 084 334 9491
07/10/2021
27/08/2021
Thatha AFR thatha
12/08/2021
Support Godly Government by sending this poster to at least to 10 people and use it as a profile picture.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Website
Address
Durban